Indaba yokukholwa kodwa noma ukukholwa nemisebenzi kulikhuni uma sifuna ukuhlanganisa imibhalo ezwini LeNkosi. Qhathanisa Abase Roma 3; 28,5; 1 kanye Abase Galathiya 3; 24 futhi u Jakobe 2; 24. Abanye babona umehluko phakathi ka Pawula (insindso iza ngokukholwa kuphela) bese uJakobe (Insindiso iza ngokukholwa nemisebenzi). uPawula ukholwela ukuthi silungiswa ngokukholwa kuphela. (Abase Efesu 2; 8-9) uma u Jakobe uthi Silungiswa ukukholwa kanye nemisebenzi. Kubalulekile ukuthi u Jakobe kahle uchaza ukuthini kahle. uJakobe uchaza ukuthi umuntu angaba nokukholwa ngaphandle kwemisebenzi emihle.(U Jakobe 2; 17 -18) u Jakobe uchaza futhi ugqizelela ukuthi ukukholwa kweqiniso ku Krestu Jesu kuphendula impilo kanye nemisebenzi emihle. (Jakobe 2; 20 – 26) u Jakobe akathi ukulungisiswa ukukholwa nemisebenzi, kodwa umuntu ulungisiswa ukukhola bese abe nemisebenzi emihle. Uma umuntu ethi uyakholwa kodwa engenayo imisebenzi emihle akanayo ukukholwa okupheleleyo ekukholweni u Krestu. (Jakobe 2; 14, 17, 20 26)
uPawula ubhale kahle ezincwadini zakhe. Izithelo ezinhle zibhalwe encwadini yase Galathiya 5; 22 – 23. Masinya usitshela uPawula ukuthi sisindiswe ukukholwa ngemisebenzi. (Efesu 2; 8 – 9)uPawula uthi sibizelwe ukwenza imisebenzi emihle (Efesu 2; 10). uPawula naye ulindele inguquko nje ngo Jakobe. “Ngalokho uma umuntu ekuKrestu uyisidalwa esisha. Okudala sekudlulile. Okusha sekufikile.” (2 Abase Korinthe 5; 17) u Jakobe noPawula abaphikisani ngesifundiso sabo sensindiso. Bakhula ngokufana kepha bavela ezinhlangothini ezihlukene. u Pawula ugqizelela ukuthi silungisiswa ngokukholwa kuphela kodwa u Jakobe ugqizelela ukuthi ukukholwa ku Krestu kuveza imisebenzi emihle.
http://www.gotquestions.org/IsiZulu/Ukholo-Lodwa.html