Author: admin

Search

Search

Categories

Categories

Most Popular

Social Share

Ngubani inkosikazi kaKhayini? Ubuya kuphi umka Khayini?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: iBhayebheli alisho ngqo ukuthi ngubani inkosikazi kaKhayini. Kungenzeka ukuthi uKhayini ushade nodade noma umzala wakhe noma omunye wabadala kakhulu. Alisitsheli futhi ukuthi wayeneminyaka emingaki uma ebulala uAbel. (uGenesisi 4; 8) Njengaloku babengabalimi kusho khona ukuthi besebakhulile, mhlawumbe bebenemindeni yabo. Emuva kokufa kuka Abel uEva wazala abanye futhi abantwana abaningi. Ngempela baba nabantwana abanye (uGenesisi 5; 4).

Read More »

Lithini iBhayebheli ngokushadana kwezizwe ezihlukene na?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: iTastementi elidala liyaleza amaIsrayeli ukuthi bangashadi nabezizwe (u Deturinomi 7; 3 – 4). Isizathu salokhu ukuthi ukuthi uIsrayeli wayeyisizwe esikhethiwe. Ngalokho boku ngenxa yenkolo yabo. Isazathu sokuthi bangashadelani nezinye izozwe ukuthi abezizwe beba khonza izithixo, onkulunkulu ababaziweyo kanye nawo nkulunkulu bamanga. Loko bekubangela ukuthi u Israyeli alahlebe akhonze omunye onkukunkulu babezizwe namademoni kanye namahedeni.

Read More »

Ngabe izilwane zasekhaya noma zasendle zizoya ezulwini? Izilwanezasakhaya noma zasendle zinawo yini umphefumulo?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: iBhayibheli alisiniki isifundiso noma incazelo eqondile ukuthi izilwane zasekhaya kanye nezasendle zinomphefumulo noma zizoya ezulwini. Kodwa – ke singasebenzisa izimiso zezwi ukuba sifinyelele ekuxazululeni lesihloko. iBhayibheli lithi izilwane kanye nabantu banawo lomoya wokuphila. (uGenesise 2: 7) izilwane nazo (uGenesise 1: 30; 6: 17, 7: 15, 22) zinawo ‘ umoya wokuphila”; ngakhoke abantu nezilwane kuyisithixo esiphilayo.. Umahluko omkhulu phakathi kwabantu nezilwane ukuthi umuntu unobuntu obenziwe ngomfanekiso kaNkulunkulu nokumfuza.

Read More »

Siyafunda yini ngawo ezwini leNkosi?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: Indaba yamadayinaso idala ukuphikisana okukhulu phakathi kwamaKrestu kuleminyaka endlulile kanye namanje emhlabeni, incazelo efanele ukuchaza kuGenesisi, kanye nokuthi sizothola kanjani ubufakazi obuphathekayo lapho sihlala khona.Kulabo abakholwa emhlabeni omdala bavumelana ukuthi zazi khona lezidalwa kodwa iBhayebheli alilobanga ngazo, ngokuba ngokuya kwezifundo ezidala amadayinaso afa eminyakeni eyisigidi edlulile (one million) ngaphambi kokudalwa komuntu wokuqala owahamba emhlabeni. Umuntu owabhala iBhayibheli akazange awabone amadayinaso.

Read More »

Yini isiphiwo sokukhuluma ngezilimi?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: Isikhathi sokuqala sokukhuluma ngezilimi saba ngosuku lwePentekosi ku Zenzo 2:1 – 4.Abapostoli baphuma ukushumayela ivangeli bakhuluma nezixuku kodwa bakhuluma ngolimi lwabo. “sibazwili bekhuluma ngamandla kaNkulunkulu kodwa bekhuluma ngolimi lwethu “(Izenzo 2:11). IsiGriki uma sichaza ulimi sisho ulimi olikhulumayo. “Ukukhuluma ngezilimi lisho ukukhuluma ulimi ngendlela yokuthi umuntu akuzwe ngoba ukhuluma ulimi lwakhe.

Read More »

Ubekuphi uJesu kulezinsuku ezinthathu phakathi kokufa kanye nokuvuka?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: 1uPetro 3:18 – 19 lithi izwi, “Ngokuba uKrestu wafela izono zethu kwaba kanye, abalungileyo nabangalungile, ukusiletha kuNkulunkulu. Wabulawa ngokomzimba kodwa waphila emoyeni, ngabe waya ukushumayela imimoya emajele. “Igama elithi “NgokoMoya “kuvesi 18 lifana kanye nokubunjwa kwegama “Inyama”. Kubonakala ukuthi kungcono ukusebenzisa “uMoya “ngaso lesisindo “Inyama “.

Read More »

Kuyisono yini ukugembula? Lithini iBhayibheli ngokugembula?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: iBhayibheli alikuchithi ukugembula, noma ukubheja kanye nokudlala ilotto. Kodwa iBhayebheli liyasicwayisa ukuthi siqaphele ukuthanda imali (1 kuThimothewu 6:10 amaHebheru 13:5)Izwi liyasigqugquzela ukuthi sibalekele yonke imizamo “yokuceba masinyane “(Izaga 13:11, 23:5;uMshumayeli 5 – 10) ukugembula ngempela kuyindlela eqonde ekuthandeni imali futhi imizamo nezithembiso zokuthola imali kalula. Yini engalunganga ngokugembula? ukugembula into enzima kakhulu ngoba uma ingenziwa ngokuqaphela kanti futhi kungasiwo umkhuba, imali eningi iyachithwa, kodwa ke abukho ububi lapho.

Read More »

Lithini iBhayibheli ngokweshumi kumaKrestu?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: Amakholwa amaningi ayahluleka uma kufika kokweshumi. Kwamanye amabandla ikhulunyiswa kakhulu. Amanye amakholwa ayahluleka akuyifeza lenkonzo. Ukunikela nokweshumi fanele kukhishwe ngokuthokoza. Kodwa ngeshwa akunjalo emabandleni wethu.

Read More »

Lithini iBhayebheli ngokwahlukana kanye nokushada kabusha?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: Okokuqala noma umuntu uyibheka kanjani indaba yokuhlukana, kubalulekile ukukhumbula incwadi kaMalaki 2:16 “Ngiyakuzonda ukwahlukana, usho uJehova ka Israel “ngokuya kwezi umshado ukuzinikela kwempilo yonke. “Ngoba laba ababili abasebabili kodwa bamunye. Ngakhoke okuhlanganise iNkosi, makungabikho muntu okwehlukanisako” (uMatewu 19 – 6)uNkulunkulu wase uyaqhaphela ukuthi umshado uhlanganisa abantu ababili abanobuthakathaka besono, ukwahlukana kuzoba khona.

Read More »

Kubaluleke ngani ukubhaphatiswa?

Eyabhalwa Michael Houdmann

Impendulo: Impendulo Umbhapahtiso wamaKrestu , ngokuya kwezi, Ubufakazi bomuntu ongaphandle okhombisa ukuthi kwenzekeni ngaphakathi kwempilo yokholwayo. Umbhaphatiso wamaKrestu ikhombisa uphawu lamaKrestu ekuhlanganyeleni nokufa kwakhe, ukungcwatshwa kanye nokuvuka kwabafileyo. Lithi IBhayibheli “Anazi yini ukuthi sonke asibhaphathizwe noKrestu sibhaphathiselwe kanye nokufa kwakhe?

Read More »