Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: Alikho igama lesi Griki noma isi Heberu elisetshenziswa e Bhayebhelini maqondana nendaba yocansi. iBjhayibheli alivumi ukuthi kube nobufebe noma ukuphinga, kodwa – ke ucansi phambi komshado ngabo kungukuphinga na? Ukuya 1 AbaseKorinthe 7:2, “yebo “impendulo ichachile:“Ngenxa yobuphingi obuningi, kungcono ukuthi yiloyo naloyo azithatheli unkosikazi wakhe, nowesifazane abe nendoda yinye. “1 AbaseKorinthe 7:2 lithi izwi njengalokhu umuntu engakwazi ukumelana nentshisakalo yenyama kanye futhi kunokuphinga okuningi, kungcono abantu bashade. Kuzogcwaliseka intshisakalo yabo ngendlela efanele.
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: Indaba enzima ngobuthathu bezulu ukuthi abunayo incazelo elula futhi eqondile. UButhathu isifundo esinzima ukuthi umuntu angasiqonda ngengqondo yobuntu kanye nokusichaza kahle. uNkulunkulu mkhulu okudlulisekayo kunathi futhi, ngokunjalo asifanele sicabange nje ukuthi singamqonda. iBhawayibheli lisifundisa ukuthi uNkulunkulu nguBaba, uJesu naye unguNkulunkulu, kanye futhi uMoya Oyingcwele nguBaba.iBhayebheli lisifundisa ukuthi munye uNkulunkulu.
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: Sikholwa ukuthi akusana kuphikasana okukhulu emabandleni namhlanje ngendaba yokuthi amakhosikazi angavunyelwa yini ukuba abafundisi noma abashumayeli. Ngokunjalo singayiboni lendaba njengekuphikisana phakathi kwamadoda namakhosikazi. Kukhona amakhosikazi akholwa ukuthi owesimame akuvunyelwa ukungena esikhundleni sokuba ngumfundisi ngoba iBhayebheli lisinika imibandela ethize, kanye futhi kukhona amadoda akholwa ukuthi amakhosikazi akavunyelwe ukuba babe sesikhundleni sobufundisi futhi iBhayibheli alinawo umbandela.
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: Lithi izwi likaNkulunkulu eTastementini elidala umyalo kubantwana baka Israyeli “Ningazibhobozi imizimba yenu noma noma ukudweba imizimba noma uphawu emzimbeni yenu: Mina nginguNkulunkulu. (Abalevitekusi 19:28) Noma abazalwane balesisivumelwane abasekho emthethweni wesivumelwane esidala (AbaseRoma 10:4, AbaseGalathiya 3: 23 – 25: AbaseEfesu 2: 15) Njengaloku uNkulunkulu wanika umyalo ongavumeli ukuzidweba emzimbeni kusinikeza umbuzo omkhulu. iTastementi Elisha alisho lutho ukuthi umuntu okholwayo angazidweba noma qha.
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: iBhayebheli lisinika abantu abayisithupha abazibulala; Abhimeleki (Abahluleli 9; 54), uSawula (1 Samuweli 31; 4), Ibutho lika Sawula (1 Samuweli 31; 4 -6), Ahathipholi (2 Samuweli 17; 23), Zimri (1 AmaKhosi 16; 18) no Judasi (uMatewu 27; 5) Abesihlanu balamadoda bebabi ebusweni bukaJehova (iBhayebheli alisho lutho ngenduna yebutho kaSawula ukwenza asihlulelo ngempilo yakhe).
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: Uma abantu bazana noJesu Krestu njengomsindisi basondezwa ebudlelwaneni noNkulunkulu loko kusinika isiqiniseko saphakade Incwadi kaJuda “Kuyena onigcina ukuthi ningangeni ekulingweni futhi uzoninikela enkazimulweni ngaphandle kwesono kanye nenjabulo enkulu “Amandla kaNkulunkulu ayamgcina olungingileyo ukuba angawi. Kukuye, hayi thina, ukusinikela kuye ebukhoneni benkazimulo.Isiqiniseko saphakade umusa kaNkulunkulu osigcinayo, ingasithi sigcina insindiso yethu.
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: Uma umuntu esindisiwe usesindiselwe unomphela na? Uma abantu bazana noJesu nje ngeNkosi Nomsindisi, Banikezwa isiqiniseko sokuthi banobudlelwane nesiqiniseko sokuthi insindiso yabo iqinisekile. Izahluko eziningi eBhayebheli ziyakufakazela loku. (a) AbaseRoma 8; 30 lithi izwi “Labo abamisele phambili, ubabizile futhi; labo ababizileubalungisele futhi; labo abalungisisileyo ubaphile nenkazimulo futhi.
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: Phakathi kwethu aMakholwa wobuKrestu, kunekudideka okuningi ngokuthi kwenzekani emuva kokufa. Abanye bathi emuva kokufa sonke siyalala kuze kuba usuku lokwahlulela kokogcina, emuva kwalokho wonke umutu uzothunyelwa eZulwini noma eSihogweni. Abanye bathi uma uqeda ukufa, uyagwetshwa bese uthunyelwa lapho bewusebenzela khona.
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: Izinhliziyo zethu ziyabanga kakhulu ngalabo abafuna ukuceda izimpilo zabo. Manje ngingakhuluma ngemizwa, njengukuphelela ithemba nokukhandleka. Ungezwa ngathi usekujuleni okukhulu, ubese uyangabaza ukuthi ngabe likhona yini ithemba lobungcono. Uzibone ngathi akekho okunakayo futhi abaqondi isimo sakho. Impilo ibe muncu.
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: I Bhayibheli lisinika izikhali zonke ukusisiza ukuba sinqobe isono. Kulomhlaba esiphila kuwo singeke sibe ngabapheleleyo kodwa sifanele siphokophele ngokusizwa iNkosi ukunqoba isono. (1 Johane 1; 8) Uma singalandela lemigomo Yezwi lika Nkulunkulu singanqoba isono ngokukuba njengo Kristu imihla ngemihla.
Copyright (c) 2013-2023 Sharing Biblical Truth. All right reserved. Legal notices