Eyabhalwa Michael Houdmann
Umbuzo: “Kusho ukuthini ukuba uMkristu ozelwe ngokusha?”
Impendulo: Kusho ukuthini ukuba uMkristu ozelwe ngokusha? Ombhalo othathelwe eBhayibhelini oyiwona uphendula lombuzo utholakala ku NgokukaJohane 3:1-21. INkosi uJesu Kristu ukhuluma noNikodemu umlisa owaziwayo wakubaFarisi owayeyisikhulu sabaJuda. UNikodemu weza kuJesu ebusuku. UNikodemu wayenemibuzo abethanda ukuyibuza uJesu.
Eyabhalwa Michael Houdmann
Impendulo: Izenzo 13:38 zisho lokhu, “Ngakho ke makwazeke kini madoda, bazalwane, ukuthi ngalowo kumenyezelwa kini ukuthethelelwa kwezono…”
by Michael Houdmann
Impendulo: IBhayibheli isinikeza indlela eqondileyo eya ekuphileni okuphakade. Okokuqala, sifanele ukwamukela ukuthi sonile kuNkulunkulu: “Ngokuba bonke bonile, basilalelwe inkazimulo kaNkulunkulu” (KwabaseRoma 3:23) Sonke sense izinto ezingamthokozisi uNkulunkulu, ezenza ukuthi sifanele ukujeziswa. Ngokuba zonke izono zethu ziphambene ngokupheleleyo noNkulunkulu ophakade, sifanelwe yisijeziso esiphakade. “Inkokhelo yesono ingukufa, kodwa isipho sikaNkulunkulu singukuphila okuphakade ngoJesu Kristu inkosi yethu” (KwabaseRoma 6:23).
Copyright (c) 2013-2023 Sharing Biblical Truth. All right reserved. Legal notices